Kmo Music Festival and Competition2023

Kmo Music Festival and Competition2023 KMO MUSIC FESTIVAL AND COMPETITION 2023

24/12/2024

Izinhlelo zaku 2025 ze KMO MUSIC FESTIVAL AND COMPETITION2025 ZIME KANJE.
*Kuzophuma I date early ne month ukuze abahlala kude bazozi lungiselela kusene skhath our last event akubanga Neqiniso futhi-ke iyikhalazo zabaningi siyizwile asizishayi ndiva futhi yingako singabanga nayo I event kulo nyaka esiwuvalayo sixolise futhi kuloko.

Sizoqasha Abantu esizosebenzisana nabo ekuhleleni lomcimbi omkhulu kodwa kuzoba Abantu abawu 4 kodwa hhai abasebenzayo,inhloso yemicimbi ye KMO ukuphakamisa osonkondlo kakhulu Kanti-ke namanye ama genre amukelekile, Kanti ezimnandi sizoba ne competition online joining fee it's R100 NGO March 2025 kuzoqalwa January sizokhipha I date.lena-ke inqopha mlando yama online competition eke Saba nawo.

U-number 1 uzohlomula nga R5k Kanye nokunye
U-number 2 uzohlomula nga R2,500 Kanye nokunye
U-number 3 uzohlomula nga R1000 plus 5G DATA plus R200 airtime

Kuzofuneka 30 yabosonkondlo kuphela 15 girls 15 boys nje kphela

Ungaphuthelwa yile thuba kuse early you can prepare time wait no 1

Sibize ngakini sizokwenza I KMO MUSIC FESTIVAL YA 2025 NOMA KUYIPHI I PROVINCE SIYAFIKA

INVITE YOUR FRIENDS TO LIKE THIS POST AND SHARE THIS POST TO OTHERS

23/02/2024

We will have another competition this around September we will announce the date and month ngo April mawungatholanga ithuba lokuba khona last year Ku competition ithuba lakho manje this year siyoyenzela e Johannesburg so be ready.

03/08/2023

Ongaka tholi I sms please kindly inbox us or use our email

Kmof&[email protected]

Or

[email protected]

Email your banking details and your stage name sezisondele iyi 23 bakwethu isaqhubeka I competition nayo I 20k isese sendleleni๐Ÿ˜Š

Ready for tomorrow
07/07/2023

Ready for tomorrow

07/07/2023

Asikathuli sisekhona konke kuse right kushoda okumbalwa nje sizonithinta

Konke kusahamba kahle bakwethu ne  sa celeb izosilekelela for uku Promoter I event yethu Kanye namanye ama page amakhulu...
24/06/2023

Konke kusahamba kahle bakwethu ne sa celeb izosilekelela for uku Promoter I event yethu Kanye namanye ama page amakhulu ama tickets we top 10 ayaphela shukuthi konke kuhamba kahle.ningapheli amandla nibekezele njalo kanti ne poll isendleleni,Kanti naleli page lizokhula kakhulu angthi ngithe nibize abangan benu ba follow le page zanke nikwenze loko sesiyazenzela-ke manje

21/06/2023

Aqhuba Kahle kakhulu ama tickets we top 10 next month sesizofaka we top 20,guys uthenga I tickets eline Gama le local artist olithandayo then kuwo lama tickets lelo local artist lizothola 30% share kuleyo Mali Yama tickets

Be ready for I Poll ma top 20 next week

Nansi I Top 10 isingenile eyitolo we are still waiting for i website ka webtickets kodwa they've promised to give us tod...
18/06/2023

Nansi I Top 10 isingenile eyitolo we are still waiting for i website ka webtickets kodwa they've promised to give us today.

Mawungakase uthumele into zakho angeke ube ku competition isikhathi sisekhona usenga thumela voting line code will cost R5 per sms,akulungiswe kusene skhathi ๐Ÿ™

17/06/2023

Yizoke iyi 18 June lezi๐Ÿ’ƒ๐Ÿ’ƒ๐Ÿ’ƒ๐Ÿ’ƒ

Azotholakala kuleyindawo ama tickets
store
n paycom
hyper


Iyeza I list Yama artist plus website n voting code

14/06/2023

Senibaningi kakhulu esingaba thathanga sobafaka kwenye event,mawuse KZN ayihlangane first week ka July sobe skhona sizoba ne meeting nama artist aku list into eyenza sthathe iskhath ukuniphendula simatasa senza ngayo yonke indlela ukuth Ibe yimpumelelo eyisimanga lento,mawuzibona ungaveli ku poster hlala wazi ukuth kungenxa yakho ngoba sathi umuntu no muntu akathumele onke ama details akhe

05/06/2023

Sanibona isiphasile indaba ye poll,sinenkinga ye network sibonge abasinike esikucelile nawe ongaka thumeli thumela kusane skhathi unless uzoba ku and "many more" Ku post online competition siyavala ukuthatha abantu ngeyi 09 June it's R60 joining,Ku KMO Music festival kusele i-space sabantu abayi 07 nangey 30 September emzini lounge.

Ku online competition you just share your stage name,3 minutes video of your poem or u music wakho uhlomula ngama vote.
*Models
*Actors
*Poetry
*Music

Konke eyinhlelweni ze big event kmo music festival and competition kusaphusha kahle

Kindly invite your friends to like this page

01/06/2023

Sanibona sisekhona thina ukuth this days sima tasa asenziwe wonke ama poster,sohlela ilanga siwaveze bese before iyi 18 sikhipha I poster ephelele,asinizibi Pho anisho why ninga invite ama friends enu azo liker le page or kusase early ๐Ÿ˜‚

Address

Secunda

Telephone

+27760630968

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Kmo Music Festival and Competition2023 posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share