Tshatha Music festival

Call Directions

Tshatha Music festival Tshatha music festival
(2)

ISIMEMEZELO:I Tshatha Music Festival isinqume ukushintsha I Venue kanye ne Date yomcimbi ka 2026, ngenxa yezizathu ezith...
17/10/2026

ISIMEMEZELO:
I Tshatha Music Festival isinqume ukushintsha I Venue kanye ne Date yomcimbi ka 2026, ngenxa yezizathu ezithize, ebesingeke sizigweme.

Venue: Lindizwe Stadium
Date: 28 DECEMBER 2026

Labo asebethenge ama ticket already, angeke kube nankinga nhlobo, asayosebenza, and abantu abaqhubeka bawathenge, angeke kuphazamise lutho.

Kwa LINDIZWE izikhwama!!!! 28 December 2026, asiphelele khona!!!!


Ake nivivele I lineup ke manje, sekuyalunga🙌🙌
12/10/2026

Ake nivivele I lineup ke manje, sekuyalunga🙌🙌

Kulama Artists asavela noma asafufusa, ubani nje ofisa ukuthi anikwe ithuba, uvele ugijime uyozithengela ithikithi uyomu...
29/09/2026

Kulama Artists asavela noma asafufusa, ubani nje ofisa ukuthi anikwe ithuba, uvele ugijime uyozithengela ithikithi uyomu support-a?

Throwback: Kwakunjena ngo 2025, engabe kuyoba njani ngomhlaka 27 DECEMBER 2026?Ama ticket ka early bird ayatholakala ngo...
21/09/2026

Throwback: Kwakunjena ngo 2025, engabe kuyoba njani ngomhlaka 27 DECEMBER 2026?

Ama ticket ka early bird ayatholakala ngo R100 nje vo, phuthuma uzitholele elakho, ulifake phansi kwa matress 💃

Ngenkathi luviva uhla lwe Line Up evuthayo ngapha, asibe sithenga ama thikithi nama packages amatafula🙌
16/09/2026

Ngenkathi luviva uhla lwe Line Up evuthayo ngapha, asibe sithenga ama thikithi nama packages amatafula🙌

Kulomcimbi kaNkulunkulu, ubani enifisa ukumbona e stage? Ubani lo ongakuthengisa ithikithi fast uma ungambona ku lineup?...
12/09/2026

Kulomcimbi kaNkulunkulu, ubani enifisa ukumbona e stage? Ubani lo ongakuthengisa ithikithi fast uma ungambona ku lineup?


Amathikithi aseyatholakala e Computicket nase TicketPro, online nakulezitolo ezibaliwe. Woza 27 December 2026!!
10/09/2026

Amathikithi aseyatholakala e Computicket nase TicketPro, online nakulezitolo ezibaliwe.
Woza 27 December 2026!!

Kwasuka lokho!!Nongoma namaphethelo, 3rd Annual Tshatha Music Festival!!27 Dec 2026Mcebokazulu LodgeAMATHIKITHI AZOTHOLA...
07/09/2026

Kwasuka lokho!!
Nongoma namaphethelo, 3rd Annual Tshatha Music Festival!!
27 Dec 2026
Mcebokazulu Lodge
AMATHIKITHI AZOTHOLAKALA MADUZE.

Asiphelele khona!

Ziyohamba izinsizwa kusale izibongo!Sithi duduzekani mundenini wakwa Dlamini kanye nowakwa Mchunu🥺🕊🕊MC Tshatha Isbatshaz...
13/08/2026

Ziyohamba izinsizwa kusale izibongo!
Sithi duduzekani mundenini wakwa Dlamini kanye nowakwa Mchunu🥺🕊🕊
MC Tshatha Isbatshazwa SakwaNongoma

31/05/2026

Usuku oluhle lokuzalwa ku MC Tshatha Isbatshazwa SakwaNongoma !! Khula Ziyane! Unwell olude🙏😊

Address

Nongoma

Telephone

+27762779735

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Tshatha Music festival posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Shortcuts

Share