SHISA ZONKE Event's &Entertainment

SHISA ZONKE Event's &Entertainment ¤We share the best Lyrics

-News
-Music
-Updates

Abakwa RUSA Bathi ba up and down babheka indoda edutshuliwe e Verulam...Uma besho bathi kufike indoda e Pharmacy idutshu...
14/06/2026

Abakwa RUSA Bathi ba up and down babheka indoda edutshuliwe e Verulam...Uma besho bathi kufike indoda e Pharmacy idutshuliwe yathi icela umuthi ongayisiza..bathe mabeyitshela ukuthi kumele iye esbhedlela, yavele yathi ngeke ikwazi, bathe mabefonela u RUSA, yavele yaphela emehlweni khona ilimele injalo

Ulidle lonke iOrder lomthengi umsebenzi wakaUber EatsUsuyanda umkhuba wokudliwa kwamaOrder abantu ngabashayeli bezithuth...
12/06/2026

Ulidle lonke iOrder lomthengi umsebenzi wakaUber Eats

Usuyanda umkhuba wokudliwa kwamaOrder abantu ngabashayeli bezithuthu zikaUber Eats.lomlisa ulande iOrder kaPedros osePinetown ngaseHome Affairs...endleleni walivula,wathi ulambe kabi yena ukuthi akaphathiswa ukudla usuku lonke angakudli,wakhala kukona ngesandla.

Laphaya e Mlazi KwaZulu-Natal ngomhlaka 28 May 2024.kwa Ngcobo ekuseni nje u Ngcobo esethi uyaphuma nezingane zakhe zama...
11/06/2026

Laphaya e Mlazi KwaZulu-Natal ngomhlaka 28 May 2024.kwa Ngcobo ekuseni nje u Ngcobo esethi uyaphuma nezingane zakhe zamantombazane yena uya emsebenzini uzodlula azishiye eskoleni zona.Abese le endala u Aphiwe Ngcobo atshele ubaba wakhe ukuthi cha yena akayi eskoleni.Kodwa uzofundela endlini ngoba vele ulungiselela ukuhlolwa okuzoba phakathi nonyaka.Angabi nankinga ubaba bavalelisane kahle bese ithi indodakazi izombona ntambama.Uthi mechaza yayinoku mamatheka nje ngalelo langa.Aphume bahambe nendodakazi encane.

Kuthe ngabo 9h00 esese msebenzini uNgcobo kufone umakhelwane ethi "Mapholoba yazi sibona umuntu ephuma ne Tv lapha kwakho kwenzekalani".Abese uNgcobo ecele umakhelwane ayombhekela .Mefika umakhelwane uthi wafica into angeke aphinde ayikhohlwe.Ingane ibulewe isaboshiwe kanjalo izandla.Amanxeba eyayi linyazwe wona ayengaphezulu kuka 5.

Lelicala labe seli nikwa umseshi uMzila nowathi kwaba icala elibuhlungu ukulenza ngoba naye unezinseka.Kodwa kwaphoqa ukuthi alisebenze ngokuzinikela.Uma bebheka endlini kwathathwa I Tv bese kuba ifoni ka Aphiwe wase eyadlwrngulwa wabulawa.

Basebenzisa yona ifoni ka Aphiwe ukuhogela umkhondo waba bulali.Uma beyibiza emoyeni ifoni Isabele komunye umfana ose Mtshebheni amngunge amaphoyisa ambambe.Bese embuza ngefoni yengane ekuye asho ukuthi ifoni uyithrnge ku Sfundo Bhengu ngo 800(Niya khumbula ngake ngani khuza ngokuthenga amafoni kuma para).
Asuke lapho amaphoyisa anikele e Clermont kweminye imikhukhu ebizwa ngokuthi IkwaShembe.Bamfice u Sfundo udla ama drugs emkhukhwini nabanye abanye naye.Athi ukumthinta amaphoyisa bese eyaboshwa.

Baphinde bayo bopha u Bongani Jali owase ebaleke wayo casha e Dumbe.

Ngokuka Sifundo uthi wanede wabona ubaba ehamba ekuseni wase eyogqekeza kanti uzofica ingane ngaphakathi.Ingane iyamazi owase ndaweni yalimala kanjalo ingane yabantu.Wayishiya lapho wayo landa uJali babuya bazo kweqa isdumbu sengane baqukula I TV.Bangazi hlupha nokuyi qaqa izindla.I Tv bayidayisa edolobheni.
Eboshwa uBongani way

Sawubona bhuti nabalandeli bakho. besicela usipostele epagen lakho silahlekelwe imoto ibisebenzele Clermont taxi associa...
10/06/2026

Sawubona bhuti nabalandeli bakho. besicela usipostele epagen lakho silahlekelwe imoto ibisebenzele Clermont taxi association ibihamba mnikazi wayo bayithathele kwaDabeka sub 16 iqeda ukuthulula emini mhlaka 09/06/2026 ngabo 12. Sticker number 029 ibhalwe MDINEKA ngemuva, oyibanayo sicela asithinte Kule 061 615 6438

Ucansi alugcini nje ngokukwenza uzizwe ujabule kodwa futhi luyilungele impilo yomuntu ekuhambeni kwesikhathi. Odokotela ...
31/05/2026

Ucansi alugcini nje ngokukwenza uzizwe ujabule kodwa futhi luyilungele impilo yomuntu ekuhambeni kwesikhathi. Odokotela banxusa ukuya ocansini njalo hhayi ukuthi kwenziwe abantwana kuphela kodwa nangenxa yezinye izinzuzo zezempilo.
Lezi zinzuzo zezempilo kubalwa:
1.Ukuthuthuka kwesifiso sokulangazelela ucansi
2.Ukuthuthuka kwesimo sengqondo 3.Ukuthuthuka kokulawula isinye kwabesifazane
4. Ukuqinisa amasosha omzimba
5.Ukusiza ekwehliseni isisindo
6.Ukwehla kwengcindezi yegazi
7.Ukunciphisa ingozi yokuhlaselwa yinhliziyo
8. Ukwehliswa kwengozi yomdlavuza wesinye sowesilisa (i-prostate)
9.Ukulala ngendlela efanele
10. Ukukhumbula izinto ngendlela efanele
11. Ukwehliswa kwezinga lezinhlungu zomzimba
12. Ukunciphisa ingcindezi
13.Ukwandisa impilo yezivikeli mzimba (immune health)
• Abantu abenza ucansi okungenani kanye ngesonto kutholakele ukuthi banezinga eliphezulu le-immunoglobulin A, i-antibody evikela ukungena kwezifo emzimbeni.

Follow Ukebe Wezindaba

Lowfeye - TRAUMA (feat. Ciniso) •lyrics•[CHORUS: Lowfeye]Thando ngiyalaziKaze l**e mnandiHlezi bengilimazaLangishiya ne ...
21/05/2026

Lowfeye - TRAUMA (feat. Ciniso) •lyrics•

[CHORUS: Lowfeye]
Thando ngiyalazi
Kaze l**e mnandi
Hlezi bengilimaza
Langishiya ne trauma
Langishiya ne trauma
Langishiya ne trauma

[POST-CHORUS: Lowfeye]
Ngathi forgive me I'm a mess
I should've put myself first
Ngicela ubongixolela
Mangophela kuwe ungangisikanga

[CHORUS: Lowfeye]
Thando ngiyalazi
Kaze l**e mnandi
Hlezi bengilimaza
Langishiya ne trauma
Langishiya ne trauma
Langishiya ne trauma

[POST-CHORUS: Lowfeye]
Ngathi forgive me I'm a mess
I should've put myself first
Ngicela ubongixolela
Mangophela kuwe ungangisikanga

[VERSE 1: Lowfeye]
Noma kungelona iphutha lakho
Ngisafunda ukuba nesineke ngami
Said they loved me then they changed
I-trauma ithi awuhlukanga
Not scared to say i love you
Please believe me
Just don't believe it when you say it back
Kube ngalalela imiyalelo yabadala
Mabethi ungajoli usemncane uzolimala

[CHORUS: Lowfeye]
Thando ngiyalazi
Kaze l**e mnandi
Hlezi bengilimaza
Langishiya ne trauma
Langishiya ne trauma
Langishiya ne trauma

[POST-CHORUS: Lowfeye]
Ngathi forgive me I'm a mess
I should've put myself first
Ngicela ubongixolela
Mangophela kuwe ungangisikanga

[CHORUS: Lowfeye]
Thando ngiyalazi
Kaze l**e mnandi
Hlezi bengilimaza
Langishiya ne trauma
Langishiya ne trauma
Langishiya ne trauma

[POST-CHORUS: Lowfeye]
Ngathi forgive me I'm a mess
I should've put myself first
Ngicela ubongixolela
Mangophela kuwe ungangisikanga

[VERSE 2: Ciniso]
Uthando bek'ngafanele l**e yint'enzima
L**e yint'ek'khubaz'intliziyo
Bek'ngafanele l**e yint'ek' khubaz' umoya
Intliziyo bey'gqwel'uthando
Seyiphuphum' inzondo
Vul'amehlo akho (Vul'amehlo akh'ubon' ukuth'uthando lugqwele kimi)
Vul'amehlo akho (Vul'amehlo akh'ubon' ukuth'uthando lugqwele kimi)
Vul'amehlo akho (Vul'amehlo akh'ubon' ukuth'uthando lugqwele kimi)
Vul'amehlo akho ubone

[CHORUS: Lowfeye]
Thando ngiyalazi
Kaze l**e mnandi
Hlezi bengilimaza
Langishiya ne trauma
Langishiya ne trauma
Langishiya ne trauma

[POST-CHORUS: Lowfeye]
Ngathi forgive me I'm

Lendoda kuthiwa ibanjwe idlengula inkomo🤔😏
14/05/2026

Lendoda kuthiwa ibanjwe idlengula inkomo🤔😏

Insizwa ebidakwa izibhoshe kubenzima ukuyifihla okuholele ukuthi umndeni uzuqalise isibumbu sakhe endaweni yokucima ukom...
20/04/2026

Insizwa ebidakwa izibhoshe kubenzima ukuyifihla okuholele ukuthi umndeni uzuqalise isibumbu sakhe endaweni yokucima ukoma

Ukunichazela kafushane umlando walensizwa notshwala thiwa lensizwa i happiness noma injabulo yayo ibincike kakhulu otshwaleni, ziningi izinto akazizuzile ngotshwala ngoba umama wengane yakhe wamthola khona otshwaleni okusho ukuthi utshwala bamvusela umuzi

Lensizwa thiwa Uma iholile ibingabonwa nangalukhalo ngoba ibizindondonya ngophuzo, Uma lensizwa ihole Friday thiwa ibingabuyi ekhaya ibize ibonakale ngo Monday ntambama isibuya etohweni ilokhu yahamba ngolwesihlanu ekuseni

Thiwa abadayisa utshwala besebenganqeni kuyiqambela amanga mabeyibona idakiwe bevele bethi mhlazana beyibona yei wafika lana wakweleta ibisigcina ikhokhela nezikweletu zatshwalwa engazenzanga kodwake isiphumule manje ngoba isisenkosini

Thiwa lensizwa ibidakwa izishidabe nge anda mase ibudle kahle, kwenzekileke insizwa lena yasweleka emhlabeni kwase kuba nezinqinamba ekufihlweni kwayo kwasekuphoqake ukuthi hhai ndoda awuqale endlini yokwehlisa ukoma mhlampe konke kuhambe kahle, thiwa kunesalukazi ebesihleli phansi kwesihlahla ebesilokhu sithi “Cha bengithi mina akadlule nalana abedla khona imali nonondwayiza”

20/04/2026

UKUZALWA WEMBETHE

IZIMPAWU OBONA NGAZO UMA UMUNTU EZELWE EMBETHE

*Uma enza into encane iduma izwe lonke

*Uma evakashele indawo eneziguli Naye ubuya agula

*Uma ethandana nomuntu uyamuzwa sensor noma emuphuphele , uyaboniswa ngaye

*Uthandwa ngabantu abangasiyona intanga yakhe

*Uhlukile kwabanye ngendlela enza ngayo izinto noma ebukeka ngayo

*Uthanda ukuba yedwa eskhathini esiningi

*Uyakwazi ukufunda umqondo womuntu

*Abantu abaningi abamfiseli okuhle ngoba basaba ukuthi uzobandlula

*Ukhuluma izinto zenzeke noma mayefisa into ibanjalo

*Mawu mthukuthelisa ikhona into embi ezokwenzeka kuwe

*Uthanda ukwenza izinto zakhe yedwa

*Uthanda ukubeka Abantu phambili bese egcina ngaye

*Mawumcela utho noma anganayo uyayizama aze ayithole

*Akazwani nomsindo nendawo ephithizela Abantu iyamgulisa





Address

Durban

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when SHISA ZONKE Event's &Entertainment posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share