
09/08/2025
Usungaze ungiqashele inkabi ngenxa yokuthi ngaxhumana namaphoyisa ngfuna outstanding balance yomcimbi engangiwushutha bafethu alikho qiniso emhlabeni in fact ukwenza gig manje lokshini angikuphasisi I only got 1500 for mshado ka 5000 kunzima kodwa engmangazayo sengingaze ngiqashelwe abantu ngyabonga kumadlozi ase khaya kungivikela naklaba bebethunyiwe abathathu today 🙏🙌❤️