27/09/2019
Ngibingelele πnonke bantu bakith iSouth Africa yonkana jikelele enhla nasemzansi. Ngithi nje ikakhulukazi kubafwethu abathanda umculo wakithi kwaZulu kamaskandi ngithike bafwethu nali ipage likaDlabhane uNodlikiza umshinomkhulu Zwane ngicela niqhubeke bafwethu nokungeseka kulomculo kamaskandi enginijabulisa nonke ngawo. Ikhona njalo I CD yami enginenzele yona kulonyaka ka 2019 laphi engisebenze khona ngokukhulu ukusizana noThokozani Langa,uSunday Ngubane imbongi eyaziwa kakhulu laphaya kwiqembu lemiThente kanye Nomzukulu umfokaZulu. Mase ngibonga uMbokazi imanager yami ngokungenzisa lomsebenzi ngiphinde ngubonge uThuthani u150k umfokandlovu ngokungihlanganisela kahle zonke izingoma mase ngibonga nabadlala insimbi uMaqhude ayeqana Mkhize ku bassguiter ngibonge uPhathaphatha Ngcobo kwi keyboard. Ngyzcelelake bafwethu ukuth ningaphel amandla ngokungeseka kwenu nginithanda nonke mayelana nemininingwane for ama bookings mawfuna uDlabhane abekhona emcimbini wakho ungafonela imanager kule number 0711155338 noma ufonele uDlabhane ku 0799715108 syabonga kakhulu asibendawonye sonke laykhaya kwa Nodlikiza Emzini Ongajwayelekile kuneminye ngith nonke namukelekile bafwethu ngyanithanda noooonke β₯οΈπππ€©π