Zamoh "mc machofa" mtolo

Zamoh "mc machofa" mtolo THIS IS MY FACEBOOK PAGE M USING FOR ALL MEDIA OR ENTERTAINMENT INDUSTRY AS IM WORKING AS MC. MACHOFA

01/09/2022

Ngoba futhi

Qeeee
20/08/2022

Qeeee

20/08/2022

Dear maskandi artist kusayimi umc ongadumile. Nakhu okumele ukwazi ukuthi kuyokukhipha ebantwini kukwakhele isigcwagcwa.

1.igama ozibiza ngalo akube elakho kungabi elicwiywe komunye umculi ngoba abantu abasondelene naloyo mculi bazokuzonda. Futhi IGAMA lakho alingabi nomqondo ocashile.

2.uma ungakabi nesgameko esikhulu ungatalibhi umuntu ngoba akuthela ngetiye🤣🤣Cha mawungakabi naso isigameko esikhulu cula ukhohlwe umtalabho.

3.syazi awulona ikholwa kodwa syayicela ingoma yokholo noma eyodwa ukuze nathi esisontayo sizokuthenga.

4.ukuthi uwumculi uphinde ube umlandeli akuyona INKINGA . INKINGA ile yokwethuka abaculi abadala abangezwani nomuntu omlandelayo lokho kuyokwenza abantu bakuzonde.

5.ngoba awukakadumi ungalinge unqabe ukuhamba ama launch ngoba yiwo akubeka emehlweni abantu.

6.ungalweli icd noma amandla engavumi khipha I extend play (ep) bese usebenze nabaculi abadumile ukuze uthole udumo kunoma ubethuke.

7.ojobe nosebedumile zwana nabo ukuze bakufakele umculo online.

8.mase ukhiphile yenza ama challenge ngengoma yakho ukuze idume wenze amavideo nefamily yakho nomakhelwane bese uyifaka kutiktok, WhatsApp naku YouTube.

9.ungajwayeli ukuposter nge account email groupin ngoba usuwumculi yiba need page bese upromoter ngalo.

10.follow abantu nge page lakho ukuze nabo benze njalo.....

Nami elami leli follow me and inbox me....

29/07/2022

UNKULUNKULU AKANGITHANDI MINA.
ELAKITHI IDLOZI ALINGIBHEKILE.

NOOOOOOOOOO....
INKINGA UWENA UKHOHLWA IGAMA ELILODWA ELITHI NGIYABONGA.

UJEHOVA UBENAWE WAFUNDA WAQEDA WATHOLA DIPLOMA NOMA DEGREE WENZA ISPHIHLI SE PARTY WAMEMA ABANGANI BAKHO NABUSA KWABAMNANDI
WABONGA UMZALI OBEKUPHA IMALI,WABONGA UROOMZA WAKHO WAKHOHLWA UKUBONGA UNKULUNKULU OKUPHE INGQONDO WAKWAZI UKUPHASA.

INGAKHO UNGATHOLI INQUBEKELA PHAMBILI UNKULUNKULU UYABONA UKUTHI LO AKABONGI.

NEDLOZI LIKUZAMA NGOKUNCANE USUYASEBENZA ESPAR KODWA AWULIBONGI.
UZOZITHOLA KANJANI IZINTO EZINKULU UMA UHLULEKA ILEZI EZINCANE OZINIKWAYO.

REMEMBER UNKULUNKULU AKAKUNIKI UMTHWALO ONGAPHEZULU KWAMANDLA AKHO NGEKE AKUPHE IMOTO USABUKELA PHANSI ABANTU NGOBA UNESTHUTHUTHU.

BONGA LOKHU OKUNCANE UKUZE UPHIWE OKUKHULU.....

INKOSI IKUBUSISE.

26/07/2022

UNGAMLWISI OMUNTU ONGCONO KUNAWE KODWA LWELA UKUFANA NAYE

LEMALI OTHENGA NGAYO ISCHITHO NEMITHI INGAKUSIZA UFUNDELE UKUBA U CASHIER NAWE USEBENZE.

AYYY AVE KUBUHLUNGU UKUZWA UKUTHI KWENZIWE UMCIMBI KODWA WANGAHAMBA KAHLE NOMA WANGABA IMPUMELELO.SOMETIMES ABANTU ABEZI...
24/07/2022

AYYY AVE KUBUHLUNGU UKUZWA UKUTHI KWENZIWE UMCIMBI KODWA WANGAHAMBA KAHLE NOMA WANGABA IMPUMELELO.

SOMETIMES ABANTU ABEZI EMCIMBINI,AMA ARTIST AWEZI OR ISOUND SYSTEM IVELE IBHEDE OR UGESI UHLUPHE.

INKINGA YENU ANIMUBIZI UMACHOFA (THE QUALIFIED MC) IXOBHO LILONKE UKWAZI UKUWUHLELA APHINDE AWUPHATHE UMCIMBI AKULANDELE SOUND ESEZINGENI, GENERATOR AS A BACKUP, GOOD MCs, MANY ARTISTS AND AUDIENCE UKUZE UMCIMBI UBE MNANDI CZ NE MARKETING IYANISHAYA.

SO PLEASE JUST COMMUNICATE NAMI NGIKWENZELE ONE



Lensizwa sazane nayo ngo 2020 yakhombisa ukuthembela kumina beyihlale ifisa ukubakhona njalo emcimbini engiya kuyo ngoba...
21/07/2022

Lensizwa sazane nayo ngo 2020 yakhombisa ukuthembela kumina beyihlale ifisa ukubakhona njalo emcimbini engiya kuyo ngoba beyithi kuyinika umdlandla ukufakwa yimi estage ivele ikhululeke

Kodwake konke kuyicebo lika mdali sengathi ingaphumula ngokthula

Namhlanje siyokhumbula imsebenzi yayo nobuqhawe bayo
Asidibaneni emgodi kwamashumi

12/07/2022

Thanks for reaching 2k followers
Ngyabonga kakhulu please guys keep on inviting your friends to follow me 🤸🤸🤸🤸

06/07/2022

Mc MACHOFA fc vs mateabags 11

Ma-ice fc vs magrebhisi fc

Final: sf1 vs sf2

No.1 trophy and 500
No.2 trophy

Kudlala amagidangoma nabalandeli not iteam yendawo

Mc MACHOFA iyobe igijima ngo under 17 besekube umachofa yedwa omdala

Joining fee 300
Date......
Vanue....

Njengoba ngiwumsakazi nje nami isfiso Sami ukufika kulelizinga lika tshath.Ngengoba ngiwu MC MACHOFA nje nami uhlelo NGI...
29/06/2022

Njengoba ngiwumsakazi nje nami isfiso Sami ukufika kulelizinga lika tshath.

Ngengoba ngiwu MC MACHOFA nje nami uhlelo NGIFISA ukuluphatha njengo tshatha

Ungayeki ukuba namaphupho noma usuyibona impumelelo qhubeka uyifise ngoba impilo ayipheli lawukhona

28/06/2022

AKE NGITHATHE LELITHUBA NGIDLULISE UKUBONGA OKUKHULU KUNINA NONKE ENINGESEKILE NGESIKHATHI NGIQOKIWE KUMA HAMA AWARDS. NASEBENZISA ENANIKHO UKUZAMA IMPUMELELO YAMI.

IBUYILEKE IMIPHUMELA ISIMI KANJE
BEST COMMUNITY RADIO PRESENTER

NO.1 STHWATHWA ZONDO (ZULU LAND FM)
NO.2 MACHOFA (KZN FM)

NGYABONGA UKUTHI KUBANTU ABAWU 7 NIKWAZILE UKUNGIBEKA KU NUMBER 2
NGAMAVOTI ENU
NGIPHINDE NGIBONGE BONKE ABACULI ABANGIXHASILE NGYABONGA KAKHULU

NEXT TIME I PROMISE YOU NGIZOBUYA NAYO LENDONDO.
KODWA OKWAMANJE SISALINDELE IMIPHUMELA YESINTU AWARDS.
🙏🙏🙏🙏🙏🙏🙏🙏🙏🙏🙏🙏🙏🙏

Mibili imdlalo kuleli sonto ningaphuthelwa donnybrook and highflatsInkosi yo MC bathi umachofa ayshiye uyobe ekhona amat...
23/06/2022

Mibili imdlalo kuleli sonto ningaphuthelwa donnybrook and highflats
Inkosi yo MC bathi umachofa ayshiye uyobe ekhona amathikhithi atholakala esangweni

Mawuthola ithuba ubovele usms uthiSADMA SPHITHIPHITHIbese uthumela ku40439Lokho kuyokubiza u R2.00 qha syacela bakwethu
22/06/2022

Mawuthola ithuba ubovele usms uthi

SADMA SPHITHIPHITHI

bese uthumela ku40439

Lokho kuyokubiza u R2.00 qha syacela bakwethu

20/06/2022

Dear baculi uma nenza imcimbi angiyibizi imali ngoba ngicabangela usizi lwenu. Ngeke wenze I cd ngo 8000 bese uphinde ukhokhele mina full price. As ngisebenza ku community radio kuwumsebenzi wami ukuku supporter so ukuba u MC emcimbini wakho angilethwa indlala ngilethwa uthando. I'm working full time and part time so ukuba u mc is my third job. Musanike ukulokho nithi umachofa uyabiza Ube ungakaze umbuze I price. Uma ungibiza bese uthi uzonginika Malini ngizothi I drink sekukunembeza wakho ukuthi Malini leyo drink musake ukungincisha idrink obowungithembise Yona ngingaycelanga...

Next week asihlanganeni edonnybrook Saturday ekseni bese ntambama sikanhlalwane SONKE..... 🙏🙏🙏

Address

Pietermaritzburg

Telephone

+27790929488

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Zamoh "mc machofa" mtolo posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Business

Send a message to Zamoh "mc machofa" mtolo:

Share