Ntokozo Rsa

Ntokozo Rsa ๐“Ÿ๐“ป๐“ธ๐“ฏ-๐““๐“ณ

Nginokuyisho lento ungakhiphi sthunywa ncede ungasisebenzisi ngoba sokujikela ๐Ÿค
02/07/2025

Nginokuyisho lento ungakhiphi sthunywa ncede ungasisebenzisi ngoba sokujikela ๐Ÿค

Usikhiphe wasifaka enyameni kuqala ๐Ÿ’”. Sekusabalale I video ๐Ÿ“ท lapho kubonakala insizwa eksolakala ukuthi ibishayeliswe Kabi enye imphuma ishesha emotweni Yayo (Emnyama) Iya ngqo kuleliveni elimhlophe.

Lensizwa ephethe isibhamu Ibe isimbambatha kabuhlungu imoto yaloweveni iliphethe ngesandla ivolovolo ๐Ÿ”ซ futhi ubona ithukuthele ๐Ÿฅต.

Lendoda ekevenini elimhlophe ayikhulumanga lutho ivulele itilulwane yezinhlavu ๐Ÿ’” idubula ebhekise kulensizwa esikhiphe kuqala isibhamu ๐Ÿ˜ญ.

Izazi zomthetho wesibhamu zithi lensizwa edubulile isemathubeni amaningi okuliwina icala ๐Ÿค”. Ngoba umthetho wesibhamu uthi uvumelekile ukdubula uma usengozini (Self-defence).

02/07/2025

๐‰๐š๐ณ๐ณ๐ฐ๐จ๐ซ๐ฑ ๐ฎ๐ฒ๐š๐ฒ๐ข๐ฌ๐ก๐š๐ฒ๐š ๐ง๐š๐ฆ๐›๐š ๐†๐ซ๐จ๐จ๐ญ ๐ง๐ ๐ฌ๐š๐ณ๐จ๐›๐š๐ ๐ข๐ฃ๐ข๐ฆ๐ข๐ฌ๐š ๐ง๐ ๐š๐ฅ๐š๐ฆ๐š ๐ก๐ž๐š๐ญ๐ฌ ๐ฐ๐š๐ค๐ก๐จ ๐ฅ๐š๐ฆ๐š๐ญ๐ฌ๐ก๐ฐ๐š๐ฅ๐ž๐ง๐ข ๐ง๐ ๐ข๐›๐จ๐ง๐ ๐žโค๏ธ๐Ÿฆ

โ™ฅ๏ธ๐Ÿซก
30/06/2025

โ™ฅ๏ธ๐Ÿซก

๐—ก๐˜†๐—ฎ๐—ธ๐—ฒ๐—ป๐˜†๐—ฒ ๐—ป๐—ด๐˜‡๐—ผ๐—ณ๐—ถ๐—ธ๐—ฎ ๐—ฒ๐—ต๐—ต ๐—ธ๐˜‚๐—บ๐—ป๐—ฎ๐—ป๐—ฑ๐—ถ ๐—น๐—ฎ๐—ฝ๐—ต๐—ฎ ๐—ป๐—ด๐—ถ๐—ป๐—ด๐—ฒ ๐—ป๐—ด๐˜†๐—ผ๐˜€๐—ต๐—ฒ๐—น๐—ฎ
26/06/2025

๐—ก๐˜†๐—ฎ๐—ธ๐—ฒ๐—ป๐˜†๐—ฒ ๐—ป๐—ด๐˜‡๐—ผ๐—ณ๐—ถ๐—ธ๐—ฎ ๐—ฒ๐—ต๐—ต ๐—ธ๐˜‚๐—บ๐—ป๐—ฎ๐—ป๐—ฑ๐—ถ ๐—น๐—ฎ๐—ฝ๐—ต๐—ฎ ๐—ป๐—ด๐—ถ๐—ป๐—ด๐—ฒ ๐—ป๐—ด๐˜†๐—ผ๐˜€๐—ต๐—ฒ๐—น๐—ฎ

asambeni siye kwingoma kazwelonke siyokweshela izintombi sibuke ingoma seshele izintombi sibuke ingoma sibuke izintombi sibuke ingoma,sibuye sithi qhabu kancane hhayi kakhulu๐Ÿฅƒ

bese kesasa siphelela lapha eNquthu kwingoma yetafyla ku Jaiva Ziminke nakhona sobe sikhahlelana ngayo ingoma singababhemu ayinamncele ๐Ÿ™

26/06/2025

Indlunkulu isigxeke isiwombe sabadala esibonakale ku Shaka Ilembe Season 2 Ep-01 lapha kuvele khona uMkabayi noNongila Mabaso bezithokozisa ๐Ÿ›Œ

Umntwana uThulani Zulu okhulumela indlunkulu neSilo uMisuzulu Zulu uthi ngokwazi kwabo uMkabayi kaJama akakaze nje alale namuntu โŒ

โ€œYebo uMkabayi wayehlala njalo ephakathi kwamadoda (izinduna) kepha asikaze sizwe ukuthi kukhona ayelala nayo, uMkabayi wayengasiyena owesimame ongenasimilo. Lokhu abakuvezile kokuthi wayencinzana noNongila Mabaso siyakuqabuka nje, kusethusile impelaโ€

U-Professor Nogwaja Zulu (wase UKZN) yena uthe โ€œKuzona zonke izincwadi zomlando kaZulu akukho nje la okuvela khona ukuthi uMkabayi wayencinzana (intimacy) noNongila Mabaso or any other man, ihlazo nje leliyaโ—๏ธโ€ via Sunday World ๐Ÿ“ฐ

26/06/2025

Shout out to my newest followers! Excited to have you onboard! Yendris Hernandez Fuentes, Bon Thon, ู‡ุงู†ูŠ ุนุทูŠู‡, Prem Iere, เธชเธกเธŠเธฑเธข เธชเธฒเธฃเธฐเธ„เธณ, Abdul Razzaq, Ntokozo Ndaba

24/06/2025

Ibhubesi

24/06/2025

Hhhebee

24/06/2025

โค๏ธ๐Ÿฆ๐Ÿ™

20/01/2022

Mdali ngicelamandla๐Ÿ™๐Ÿ˜”


Pld subscribe to my YouTube channel ๐Ÿ™โค๏ธ๐Ÿ˜ข https://youtu.be/v3iz-iX0Kyw

Pls also follow up My page๐Ÿ˜ข๐Ÿ™

Address

Amersfoort

Telephone

+27790913343

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Ntokozo Rsa posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Business

Send a message to Ntokozo Rsa:

Share

Category